back to urticaria day
Language

Ngomhlaka October 1 usuku lokuqala lesifo iurticaria

Ngalonyaka ka 2016 usuku lwesithathu leurticaria luzoba lulunye ku October, isiqubulo salonyaka sithi „ungayeki“. Kubantu abaningi abanezifo, kuthatha inyanga noma iminyaka ukuthola ukwelashwa, usuku lweurticaria injongo yalo, ukukhuthaza iziguli zingapheli ithemba lokusindiswa, kulesikhathi esinzima. Ukuba banakekele impilo yabo, ngokusizwa odokotela nawe ungasiza ngokukhuthaza abagulayo, usho nezindlela owazisebenzisa ngamhla ubhekene nobunzima, nokuthi usizo waluthola kanjani olwakwenza washesha waphumelela.

http://urticariaday.org/uct/face-upload/

Esingakusho futhi singathi, usuku lweurticaria ithuba ilikhulu lokucwashisa  iziguli, imindeni, nodokotela, nama poletician, kanye nomhlaba wonke. Sifuna ukuthuthukisa amathuba emfundo kodokotela ukuze nabo banakekele kangcono iziguli ze urticaria zikwazi ukuthokoza ngempilo yazo.

Thina singonai? Mina nawe sisonke siyiziguli, nodokotela kanye nezinhlangano zonke. Noma ubani ozinikele kwi Urticariaday ka 2016, network. Siyacela, usize ukusiza abanye ekunqobeni isifo seurticaria nokutshena abanye ngosuku lweUrticariaday lulunye ku October 2016.

Sebenzia izindlela eziningi zokwazisa abanye nge Urticariaday 2016. Ezinye zalezindlela kungaba iTwitter noma iFacebook. Kumbe usithumele isithome sakho. Kanye nolwazi onalo nge urticaria, lokhu kungenza i urticaria ka 2016 ibe nempumelelo.

Urticariaday ka 2016 ixhaswe i GA²LEN yabuye yakhuthazwa i UNEV, the urticaria network e.V. kanye nezinye izinhlangano ezisemhlabeni gikelele; ezimelene nokuthuthukisa izindawo zokwelaphela iziguli ezithambekelele ekugulisweni izifo ne urticaria.

Urticaria Day website user guide

Download

info